top of page

VEZANDLEBE

 

Umfowethu uyahlupha - angazi impela ukuthi uqonda ukwenzani

(My brother bothers me - I really don’t know what he’s up to)

Umfowethu uyahlupha - ukhuluma izinto engingazazi

(My brother bothers me - he speaks of things I have never heard)

Umfowethu uyahlupha - wenza sangathi uyangingcokolela

(My brother bothers me - it’s as if he is trying to put me down

Umfowethu uyahlupha - maka yeke ukungikhulumela kabi

(My brother bothers me - he should stop talking behind my back)

 

Nakho-ke usetshela abangane bakhe

(There! He is telling his friends)

Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door

(That I am an illegitimate child, that I come from ‘next door’)

 

Chorus:

Elakwabani?

(Whose child is this?)

Elakwabani ivezandlebe

(Whose is this child with his ears sticking out?)

Selicwayisa amehlo livezandlebe

(It is blinking its eyes, this child of questionable origins)

Umfowethu uyahlupha - sakhula naye saqudelana

(My brother bothers me - we grew up together always competing)

Umfowethu uyahlupha - ngamehlula njalo noma ngani

(My brother bothers me - I always beat him in every way)

Umfowethu uyahlupha - umdala kodwa ungathi usemncane

(My brother bothers me - he is older than me but he never acts his age)

Umfowethu uyahlupha - ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba

(My brother bothers me - I send money home, but he doesn’t care…)

 

Nakho-ke usetshela abangane bakhe

(There! He is telling is friends)

Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door

(That I am an illegitimate child, that I come from ‘next door’)

 

Chorus

 

Bridge section:

Khuzani khuzani

(Admonish, admonish)

Khuzani, webaba noma

(Admonish him, Dad and Mom!)

 

Chorus

  • YouTube Clean

© 2014 Rhythm Safari Pty Ltd

bottom of page